Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 6:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Uma uhamba, iyokuhola; uma ulala, kuyakulonda; futhi lapho uvuka, iyokhuluma kuwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Mayikuhole ekuhambeni kwakho, ikulondoloze ekulaleni kwakho, ikhulume kuwe ekuvukeni kwakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Mayikuhole ekuhambeni kwakho, ikulinde lapho ulele, ikhulume nawe lapho uvuka.

Gade chapit la Kopi




IzAga 6:22
12 Referans Kwoze  

Ukuzindla kuyakulondoloza, ukuqonda kuyakulonda.


Izwi lakho ngalifihla enhliziyweni yami, ukuze ngingoni kuwe.


Amehlo ami avala umlindo wobusuku, ukuze ngicabange ngelizwi lakho.


BETH. Insizwa iyakuyihlanza ngani indlela yayo na? ngokuyinaka ngokwezwi lakho.


Izimiso zakho zaziyizingoma zami endlini yokugogobala kwami.


Ubufakazi bakho futhi buyintokozo yami nabeluleki bami.


Thumela ukukhanya kwakho neqiniso lakho; mabangiqondise; mabangiyise entabeni yakho engcwele nasematendeni akho.


MEM. O, yeka indlela engiwuthanda ngayo umthetho wakho! lokhu kungukuzindla kwami usuku lonke.


Ngokuqondene nemisebenzi yabantu, ngezwi lezindebe zakho ngizigcinile ezindleleni zomchithi.


Angiyikwesaba amashumi ezinkulungwane zabantu abangihaqile;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite