Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 6:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Kubophe enhliziyweni yakho ngezikhathi zonke, ukubophe entanyeni yakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Yibophe enhliziyweni yakho njalo, uyithekeleze entanyeni yakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Yibophele njalo enhliziyweni yakho, uyithandele entanyeni yakho.

Gade chapit la Kopi




IzAga 6:21
8 Referans Kwoze  

Ungaphelelwa umusa nokuthembeka; zibophe entanyeni yakho; kulobe esibhebheni senhliziyo yakho.


njengokuba nibonakalisiwe ukuthi niyincwadi kaKristu esiyikhonzayo, ilotshiwe kungengoyinki kodwa ngoMoya kaNkulunkulu ophilayo; hhayi ezibhebheni zamatshe, kodwa ezibhebheni zenhliziyo zenyama.


Ungamshiyi, futhi uyokugcina; mthande, futhi uyokugcina.


Kumelwe ulibophe libe luphawu esandleni sakho, libe njengebhande phakathi kwamehlo akho.


Kuyakuba luphawu esandleni sakho nanjengebhande phakathi kwamehlo akho; ngokuba ngesandla esinamandla uJehova wasikhipha eGibithe.


Makungasuki emehlweni akho; zigcine enhliziyweni yakho.


Kuyakuba kuwe luphawu esandleni sakho nesikhumbuzo phakathi kwamehlo akho, ukuze umthetho kaJehova ube semlonyeni wakho; ngokuba ngesandla esinamandla uJehova wakukhipha eGibithe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite