Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 6:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngakho ubumpofu bakho buyofika njengomhambi, nokuswela kwakho njengomuntu ohlomile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 bese kuthi ubumpofu bakho bufike njengomhambuma, nokuswela kwakho njengomuntu wesihlangu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 ubuphofu buyokwehlela njengomhambuma, ukuntula kukuhlasele njengendoda ehlomileyo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 6:11
9 Referans Kwoze  

Umphefumulo wevila uyafisa, kepha awunalutho, kepha umphefumulo wabakhutheleyo uyakhuluphala.


Ngakho-ke ubumpofu bakho buyofika njengomhambi; nokuswela kwakho njengomuntu ohlomile.


Ivila aliyikulima ngenxa yamakhaza; ngalokho iyakucela ngesikhathi sokuvuna, ingatholi lutho.


Osebenza ngesandla esibuthakathaka uba mpofu, kepha isandla sabakhutheleyo siyacebisa.


Ngokuba isidakwa nesiminzi bayakuba-mpofu, ukozela kuyokwembathisa umuntu amanikiniki.


Ubuvila bubangela ubuthongo obukhulu; nomphefumulo ovilaphayo uyalamba.


Ungathandi ubuthongo, funa ube mpofu; vula amehlo akho, uzasutha yisinkwa.


Ubuthongo obuncinyane, ukozela kancane, ukugoqa izandla kancane ukuthi ngilale.


Isiwula sisonga izandla zaso futhi sidle inyama yaso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite