Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 5:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Uyakufa engalaywanga; futhi ngobuningi bobuwula bayo uyoduka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Uyakufa yena ngokuswela ukulaywa, nangobuningi bobuwula bakhe uyakuduka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Siyakufa ngenxa yokweswela ukuyalwa, nangenxa yobukhulu bobuwula baso, siyoduka.

Gade chapit la Kopi




IzAga 5:23
11 Referans Kwoze  

Kodwa uma bengalaleli, bayobhubha ngenkemba futhi bafe bengenalwazi.


Ubuhle babo obukubo abusuki na? bayafa bengenakuhlakanipha.


Omubi uyaxoshwa ebubini bakhe, kepha olungileyo ulindela ukufa kwakhe.


Izindebe zolungileyo zondla abaningi, kepha iziwula ziyafa ngokuswela ukuhlakanipha.


Oyisihlubuki enhliziyweni uyeneliswa zindlela zakhe, nomuntu omuhle uyeneliswa nguye.


Ngakho ngabanikela enkanukweni yenhliziyo yabo, bahamba ngamacebo abo.


Ngakho bayakudla isithelo sendlela yabo, basuthe ngamacebo abo.


Futhi uyoletha ububi babo phezu kwabo futhi ababhubhise ngobubi babo; yebo, uJehova uNkulunkulu wethu uyakubabhubhisa.


Umuntu uyakudunyiswa ngokokuhlakanipha kwakhe, kepha onenhliziyo embi uyadelelwa.


Umuntu oduka endleleni yokuqonda uyakuhlala ebandleni labafileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite