Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 5:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Mawubusiswe umthombo wakho, ujabule ngomfazi wobusha bakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Mawubusiswe umthombo wakho, uthokoze ngomfazi wobusha bakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Mawubusiswe umthombo wakho, uthokoze ngomfazi wobusha bakho.

Gade chapit la Kopi




IzAga 5:18
8 Referans Kwoze  

Hlala ngokuthokoza nowesifazane omthandayo zonke izinsuku zokuphila kwakho okuyize akunike zona phansi kwelanga, zonke izinsuku zakho eziyize; ngokuba lokhu kuyisabelo sakho kulokhu kuphila nasemshikashikeni wakho owenzayo phansi kwelanga.


umthombo wamasimu, umthombo wamanzi aphilayo, nemifudlana evela eLebanoni.


Uvalelwe ensimini udadewethu, makoti wami; valani umthombo, valani umthombo.


Lapho umuntu ethatha umfazi omutsha, kayiyikuphuma impi, njalo angeze athwesa omunye umsebenzi; kodwa kumelwe akhululeke ekhaya unyaka owodwa, nomkakhe amthathile, ejabule.


Imithombo yakho mayihlakazeke, nemifudlana yamanzi ezitaladini.


Makube ngezakho, kungabi ngabafokazi kuwe.


Amanzi ebiwe amnandi, nesinkwa esidliwa ngasese simnandi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite