Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 5:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ukuze abezizwe bangasuthi ngenotho yenu; nomsebenzi wakho usendlini yowezizwe;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 funa abezizwe basuthe ngamandla akho, umshikashika wakho ube sendlini yomfokazi,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 funa abafokazi badle basuthe ngamandla akho, kuthi umsebenzi wakho owukhandlekele uye endlini yomfokazi.

Gade chapit la Kopi




IzAga 5:10
8 Referans Kwoze  

Abafokazi bawadlile amandla akhe, naye akakwazi; yebo, lapha nalaphaya kunezimpunga kuye, kodwa yena akazi.


Unganiki amandla akho kwabesifazane, nezindlela zakho ekubhujisweni kwamakhosi.


Ngeke acabangele ukuhlengwa; futhi ngeke aneliseke, ngisho noma umnika izipho eziningi.


Kodwa kuthe ifika le ndodana yakho, edle ukudla kwakho lezifebe, uyihlabele ithole elikhuluphalisiweyo.


Ukuze unganiki abanye udumo lwakho neminyaka yakho kononya.


Uyolila ekugcineni, lapho kuqedwa inyama yakho nomzimba wakho;


Ngoba ngenxa yesifebe umuntu unikwa ucezu lwesinkwa, futhi umfazi ophingayo uzingela umphefumulo oyigugu.


Othanda ukuhlakanipha uthokozisa uyise; kepha ohamba nezifebe uchitha impahla yakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite