Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 5:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ndodana yami, qaphela ukuhlakanipha kwami, ubeke indlebe yakho ekuqondeni kwami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ndodana yami, lalela ukuhlakanipha kwami, ubeke indlebe yakho ekuqondeni kwami

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ndodana yami, lalela ukuhlakanipha kwami, ubeke indlebe yakho ekuqondeni kwami.

Gade chapit la Kopi




IzAga 5:1
16 Referans Kwoze  

Beka indlebe yakho uzwe amazwi abahlakaniphileyo, uqondise inhliziyo yakho ekwazini kwami.


Ndodana yami, lalela amazwi ami; beka indlebe yakho emazwini ami.


Ndodana yami, uma wamukela amazwi ami, ufihle imiyalo yami kuwe;


Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni.


Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni; Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle imana elifihliweyo, ngimnike itshe elimhlophe, nasetsheni igama elisha elilotshiwe, elingaziwa muntu, kuphela owemukelayo.


Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni; Onqobayo kayikulinyazwa ngukufa kwesibili.


Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo, wonke umuntu makasheshe ukuzwa, ephuze ukukhuluma, ephuze ukuthukuthela;


Uma ekhona onezindlebe zokuzwa, makezwe.


Bantwana, yizwani ukulaya kukayise, nilalele ukuze nifunde ukwazi ukuqonda.


Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni.


Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni.


Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni; Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle kuwo umuthi wokuphila, ophakathi kwepharadesi likaNkulunkulu.


Ningacabangi ukusho phakathi kwenu ukuthi: ‘Sinobaba u-Abrahama;’ ngokuba ngithi kini: UNkulunkulu angamvusela u-Abrahama abantwana kulawa matshe.


Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni.


Ndodana yami, gcina umyalo kayihlo, ungawushiyi umthetho kanyoko.


Bheka, phakathi kwabangenalwazi ngabona phakathi kwabasha insizwa engenangqondo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite