Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 4:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Buzanika ikhanda lakho umqhele womusa; uyakukunika umqhele wenkazimulo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kuyakunika ikhanda lakho umgexo womusa, kunikeze kuwe umqhele wodumo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Kuyakukufaka umqhele womusa ekhanda lakho, kukunike umqhele wodumo.”

Gade chapit la Kopi




IzAga 4:9
12 Referans Kwoze  

Ngokuba ziyakuba ngumhlobiso omuhle ekhanda lakho namaketanga entanyeni yakho.


Kuyakuthi lapho ebonakala uMalusi omkhulu, niyakwamukeliswa umqhele wenkazimulo ongabuniyo.


Ngalolo suku uJehova Sebawoti uyakuba kuyo insali yabantu bakhe umqhele wenkazimulo nomhlobiso wobuhle;


Impunga ingumqhele wenkazimulo lapho itholakala endleleni yokulunga.


Onqobayo ngiyakumnika ukuba ahlale nami esihlalweni sami sobukhosi, njengalokho nami nganqoba, ngahlala noBaba esihlalweni sakhe sobukhosi.


Kodwa makube ngumuntu osithekileyo wenhliziyo, ekuhlobeni okungaboliyo, okungomoya omnene onokuthula, okuyigugu phambi kukaNkulunkulu.


Kuyakuba-ngukuphila emphefumulweni wakho, nomusa entanyeni yakho.


Yizwa, ndodana yami, wamukele amazwi ami; futhi iminyaka yokuphila kwakho iyoba miningi.


Futhi ngakunika lokho ongakucelanga, ingcebo nodumo, ukuze kungabikho onjengawe phakathi kwamakhosi zonke izinsuku zakho.


Ifa labangenalwazi lizuza ubuwula, kodwa abahlakaniphileyo bathweswa umqhele wokwazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite