Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 4:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Amehlo akho mawabheke ngqo, nezinkophe zakho mazibheke phambili.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Amehlo akho mawabheke phambili, nezinkophe zakho maziqonde phambi kwakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Amehlo akho mawabheke phambili, nezinkophe zakho ziqonde phambi kwakho.

Gade chapit la Kopi




IzAga 4:25
9 Referans Kwoze  

Susa amehlo ami angaboni okuyize; ungenze ngiphile endleleni yakho.


Isibani somzimba yiso; ngakho uma iso lakho lilihle, umzimba wakho wonke uyakuba nokukhanya.


Ngenza isivumelwano namehlo ami; pho kungani kufanele ngicabange incekukazi?


Amehlo akho ayakubona abesifazane abezizwe, inhliziyo yakho ikhulume amanga.


Uyafuna ukugxilisa amehlo akho kulokho okungekho na? ngoba ingcebo yenza amaphiko; bandizela ezulwini njengokhozi.


Khipha umlomo omubi kuwe, nezindebe ezisontekile zikude nawe.


Hlela umkhondo wezinyawo zakho, futhi zonke izindlela zakho maziqine.


Ubuwula buyinjabulo koswela ukuhlakanipha, kepha umuntu oqondileyo uhamba ngobuqotho.


Umuntu omubi wenza lukhuni ubuso bakhe, kepha oqotho uyaqondisa indlela yakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite