Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 4:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ndodana yami, lalela amazwi ami; beka indlebe yakho emazwini ami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Ndodana yami, lalela amazwi ami, ubeke indlebe yakho kukho ukukhuluma kwami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Ndodana yami, lalela amazwi ami, ubeke indlebe yakho kukho ukukhuluma kwami.

Gade chapit la Kopi




IzAga 4:20
10 Referans Kwoze  

Ndodana yami, qaphela ukuhlakanipha kwami, ubeke indlebe yakho ekuqondeni kwami.


Khothamani nize kimi; lalelani, umphefumulo wenu uphile; ngiyakwenza nani isivumelwano esiphakade, izihe eziqinile zikaDavide.


Ndodana yami, gcina amazwi ami, ugcine imiyalo yami kuwe.


IMaskili lika-Asafa. Lalelani, bantu bami, umthetho wami; beka izindlebe zakho emazwini omlomo wami.


Ngakho sifundise ukubala izinsuku zethu, ukuze siphendule izinhliziyo zethu ekuhlakanipheni.


Esakhuluma, bheka, ifu elikhanyayo labasithibeza; bheka, kwavela izwi efwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo; yizweni.


ukuze ubeke indlebe yakho ekuhlakanipheni, uphendulele inhliziyo yakho ekuqondeni;


Ngubani lo othanda ukuphila, othanda izinsuku eziningi ukuba abone okuhle, na?


Ngokuba kuhle uma uwagcina phakathi kwakho; zizolingana nezindebe zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite