Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 4:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngokuba ngininika imfundiso enhle, ningawushiyi umthetho wami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngokuba ngiyaninika izifundiso ezinhle; ningawushiyi umthetho wami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Ngokuba ngininika imfundiso enhle; ningawushayi indiva umthetho wami.

Gade chapit la Kopi




IzAga 4:2
15 Referans Kwoze  

Uma ukhumbuza abazalwane ngalezi zinto, uyakuba yisikhonzi esihle sikaJesu Kristu, esondliwe ngamazwi okukholwa nesifundiso esihle osigcinile.


Ukufundisa kwami kuyakuconsa njengemvula, inkulumo yami iconse njengamazolo, njengemvula etshanini nanjengezihlambi etshanini.


ebambelele ezwini elithembekileyo njengalokho efundisiwe, ukuze abe-namandla okuyala ngesifundiso esiphilileyo, nokuqinisekisa abaphikayo.


Amazwi ami ayakuba ngobuqotho benhliziyo yami, nezindebe zami ziyokhuluma kahle ulwazi.


Ngoba uthe: Imfundiso yami ihlanzekile, futhi ngimsulwa emehlweni akho.


Kepha uma niphambuka, nishiye izimiso zami nemiyalo yami engiyibeka phambi kwenu, nihambe nikhonze abanye onkulunkulu, nibakhothamele;


Wena-ke, ndodana yami, Solomoni, yazi wena uNkulunkulu kayihlo, umkhonze ngenhliziyo epheleleyo langengqondo evumayo; ngokuba uJehova uhlola zonke izinhliziyo, uqonda yonke imicabango yemicabango; uma nimfuna, niyotholwa; kepha uma umshiya, uyakukulahla kuze kube phakade.


Bacishe bangiqeda emhlabeni; kepha angiyishiyanga imiyalo yakho.


Ndodana yami, ungakhohlwa umthetho wami; kepha inhliziyo yakho mayigcine imiyalo yami.


Salilalela-ke izwi likaJonadaba, indodana kaRekabi, ubaba, kukho konke asiyala ngakho ukuba singaphuzi wayini zonke izinsuku zethu, thina, omkethu, namadodana ethu, namadodakazi ethu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite