Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 30:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kukhona isizukulwane, yeka ukuphakama kwamehlo aso! nezinkophe zabo zaphakanyiswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kukhona isizukulwane yeka ukuzidla kwaso! Nezinkophe zaso ziphakanyisiwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Kunesizukulwane esiziqhenya kakhulu, futhi singamaqhalaqhala.

Gade chapit la Kopi




IzAga 30:13
12 Referans Kwoze  

Amehlo aziqhenyayo, nolimi lwamanga, nezandla ezichitha igazi elingenacala;


Amehlo omuntu aphakemeyo ayakuthotshiswa, nokuzidla kwabantu kuyakuthotshiswa, kube nguJehova yedwa ophakeme ngalolo suku.


IsiHlabelelo sikaDavide. Jehova, inhliziyo yami ayiphakamile, namehlo ami awaphakeme; futhi angizivivinyi ezindabeni ezinkulu noma ezintweni eziphakeme kakhulu kimi.


Ohleba umakhelwane wakhe ngasese, yena ngiyakumnquma; lowo oziphakamisayo nenhliziyo ezidlayo, ngeke ngihlupheke.


Bheka, umphefumulo wakhe oziphakamisile awulungile kuye, kepha olungileyo uyakuphila ngokholo lwakhe.


Usathanda ukuthi phambi kokubulalayo: NginguNkulunkulu? kepha uyakuba ngumuntu, ungabi uNkulunkulu esandleni salowo okubulalayo.


Ngaphezu kwalokho, uJehova uthi: “Ngokuba amadodakazi aseSiyoni ayazidla, ahamba ezelule izintamo namehlo axegayo, ehamba egaya, ekhenceza nezinyawo zawo.


Amehlo aziphakamisayo, nokuzidla kwenhliziyo, negeja lababi kuyisono;


Futhi umuntu ophansi uyophonswa phansi, futhi iqhawe liyothotshiswa, futhi amehlo abaphakeme ayothotshiswa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite