Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Thembela kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho; futhi ungenciki kokwakho ukuqonda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Themba kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho, ungenciki kokwakho ukuqonda.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Thembela kuSimakade ngayo yonke inhliziyo yakho, unganciki kokwakho ukuqonda.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:5
24 Referans Kwoze  

Shiya indlela yakho kuJehova; thembela kuye futhi; futhi uyokwenza kwenzeke.


Owethemba kweyakhe inhliziyo uyisiwula; kodwa ohamba ngokuhlakanipha uyakusindiswa.


Thembela kuJehova, wenze okuhle; niyohlala ezweni, nondliwa.


Themba kuye njalo; zizwe, nithulule inhliziyo yenu phambi kwakhe: uNkulunkulu uyisiphephelo sethu. Sela.


Bheka, uNkulunkulu uyinsindiso yami; ngiyakwethemba, ngingesabi, ngokuba iNkosi uJehova ingamandla ami nehubo lami; waba yinsindiso yami.


Hlala kuJehova, umlinde ngokubekezela; ungakhathazeki ngonenhlanhla endleleni yakhe, ngomuntu oceba amacebo amabi.


Ungabi ngohlakaniphileyo emehlweni akho; yesaba uJehova, udede ebubini.


Ngiyazi, Jehova, ukuthi indlela yomuntu ayikuye uqobo; akukumuntu ukuba aqondise izinyathelo zakhe.


Yibani nomqondo munye omunye komunye. Ningagxili ezintweni eziphakeme, kodwa zehliseni kwabaphansi. Ningahlakaniphi ngokwenu.


(IsiHlabelelo seziHlabelelo.) Abamethembayo uJehova bayakuba njengentaba yaseSiyoni enganyakazi kepha imi phakade.


Usho kanje uJehova, uthi: “Ohlakaniphileyo makangazibongi ngokuhlakanipha kwakhe, nonamandla makangazigabisi ngamandla akhe, nocebileyo makangazibongi ngenotho yakhe.


Ukuze ithemba lakho libe kuJehova, ngikwazisile nakini namuhla.


Noma engibulala, ngiyothembela kuye; kepha mina ngiyakumisa izindlela zami phambi kwakhe.


Ungasebenzeli ukuceba; yeka okwakho ukuhlakanipha.


ukuze sibe ludumo lwenkazimulo yakhe, thina esathemba kuqala kuKristu.


Kwathi lapho ifu liphezu kwetabernakele izinsuku ezimbalwa; njengokwesiyalezo sikaJehova bahlala ematendeni abo, basuka njengomyalo kaJehova.


Noma ifu lalihlala phezu kwetabernakele izinsuku ezimbili, noma inyanga, noma unyaka, abantwana bakwa-Israyeli bahlala ematendeni abo, abasukanga; kodwa kwathi selinyuswa basuka.


Ngakho sazila ukudla, sakhuleka kuNkulunkulu wethu ngalokho, wasincenga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite