Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 Abahlakaniphileyo bayakudla ifa lodumo, kepha iziwula ziyihlazo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Abahlakaniphileyo bayakudla ifa lodumo, kepha iziwula ziyakuphiwa ihlazo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

35 Abahlakaniphileyo bayozuza udumo, kepha iziwula ziyothelwa ngehlazo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:35
11 Referans Kwoze  

Izitha zakhe ngiyakuzimboza ngehlazo, kepha kuye umqhele wakhe uyakugobhoza.


Uyakungihola ngesiluleko sakho, ungamukele kamuva enkazimulweni.


Ngalokho usho uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Ngishilo nokusho ukuthi indlu yakho nendlu kayihlo iyakuhamba phambi kwami kuze kube phakade; kepha Jehova muntu, makube kude nami; Ngokuba abangidumisayo ngiyakubadumisa, nabangidelelayo bayakuba-delelekile.


Isihlengo sokuphila komuntu siyingcebo yakhe, kepha ompofu akalaleli ukusolwa.


Yiphakamise, yona izakuphakamisa; uzokuhlonipha uma umgona.


Nina bangenalwazi, qondani ukuhlakanipha, nani ziwula, hlakaniphani ngenhliziyo.


Olungileyo uyawazonda amanga, kepha omubi uyisinengiso, uhlazeka.


Umuntu uyakudunyiswa ngokokuhlakanipha kwakhe, kepha onenhliziyo embi uyadelelwa.


beseza okumemileyo laye, athi kuwe: Khipha lo; bese uqala ukuhlala endaweni ephansi ngokunamahloni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite