Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Ungaceli okubi ngomakhelwane wakho, ngokuba uhlala nawe elondekile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Ungacebi okubi ngomakhelwane wakho, lapho ehlezi nawe elondekile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Ungacebi okubi ngomakhelwane wakho, lapho ehlezi nawe elondekile.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:29
11 Referans Kwoze  

Inkohliso isenhliziyweni yakhe, uceba okubi njalo; utshala ukungezwani.


Inhliziyo eceba imicabango emibi, nezinyawo ezishesha ukugijimela ebubini;


Ngokuba bheka, baqapha umphefumulo wami; hhayi ngenxa yesiphambeko sami noma ngenxa yesono sami, Jehova.


Welulela izandla zakhe phezu kwabahlezi ngokuthula; Wephule isivumelwano sakhe.


Ngokuba abakhulumi ukuthula, kepha baceba izindaba zenkohliso ngabanokuthula ezweni.


Abaduki yini abaceba okubi na? kodwa umusa neqiniso kuyoba kulabo abacabanga kahle.


Makungabikho kini ocabanga okubi enhliziyweni yakhe ngomakhelwane wakhe; ningathandi isifungo samanga, ngokuba zonke lezi yizinto engizizondayo,” usho uJehova.


Futhi ningacindezeli umfelokazi noma intandane, umfokazi noma ompofu; makungabikho kini omcebela okubi enhliziyweni yakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite