Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Ungasho kumakhelwane wakho ukuthi: ‘Hamba ubuye, kusasa ngizakukunika; uma unayo nawe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Ungasho kumakhelwane wakho ukuthi: “Hamba, ubuye, ngiyakukunika kusasa,” lapho kukhona kuwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 Ungathi kumakhelwane wakho: “Hamba, ubuye kusasa, ngiyokunika khona,” ube unakho lokho akufunayo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:28
9 Referans Kwoze  

Ungamkhohlisi umakhelwane wakho, ungamphangi;


Ngakho-ke qedani ukwenza kwakho; ukuze njengalokhu kwakukhona ukufisa, kanjalo kube khona nokufezeka kwalokho eninakho.


Konke isandla sakho esikufumanayo ukukwenza, kwenze ngamandla akho; ngoba akukho msebenzi, nacebo, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


ukuba benze okuhle, bacebe emisebenzini emihle, babe nokwaba, bahlanganyele nabanye;


Kepha ngithumile abazalwane, ukuze ukuzibonga kwethu ngani kube yize kulokhu; ukuze, njengokutsho kwami, libe selilungile;


Hlwanyela imbewu yakho ekuseni, nakusihlwa ungagodli isandla sakho, ngokuba awukwazi ukuthi iyakuphumelela, noma lokhu noma lokhuya, noma ziyakuba zinhle zombili ngokulingana.


Ungazibongi ngekusasa; ngoba awazi ukuthi usuku luzolethani.


Ngakhumula ingubo yami; ngizoyigqoka kanjani ngigeze izinyawo zami; ngingabangcolisa kanjani na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite