Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Khona-ke uyakuhamba endleleni yakho ngokulondeka, unyawo lwakho lungakhubeki.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Khona uyakuhamba indlela yakho ngokulondeka, ungaqhuzuli unyawo lwakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Khona uyohamba endleleni yakho uphephile, unyawo lwakho lungaqhuzuki.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:23
13 Referans Kwoze  

Ohamba ngobuqotho uhamba ngokulondeka; kepha ohlanekezela izindlela zakhe uzokwaziwa.


Lapho uhamba, izinyathelo zakho aziyikunyakaziswa; futhi uma ugijima, ngeke ukhubeke.


Kayikuvuma unyawo lwakho lukhubeke; yena okugadileyo akozeli.


Umthetho kaNkulunkulu wakhe usenhliziyweni yakhe; akuyikushelela nesisodwa izinyathelo zakhe.


Ngiyakubaqinisa kuJehova; futhi bayohamba behla benyuka egameni lakhe,” kusho uJehova.


Ugcina izindlela zokulunga, agcine indlela yabangcwele bakhe.


UJehova uyakulondoloza ukuphuma kwakho nokungena kwakho kusukela manje kuze kube phakade.


Abathanda umthetho wakho banokuthula okukhulu, kakukho okubakhubekisayo.


Uma uhamba, iyokuhola; uma ulala, kuyakulonda; futhi lapho uvuka, iyokhuluma kuwe.


Akekho oyokhathala noma akhubeke phakathi kwabo; akekho oyokozela noma alale; nebhande lezinkalo zabo aliyikuthukululwa, nebhande lezicathulo zabo aliyikugqashuka.


owabahola ekujuleni, njengehhashi ehlane, ukuba bangakhubeki na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite