Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ngokwazi kwakhe utwa lwabhodlozwa, namafu aphephula amazolo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Ngokwazi kwakhe izintwa zaqhekezwa, namafu aconsa amazolo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Ngokwazi kwakhe izinzulu zaqhekezwa, amafu aconsa amazolo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:20
13 Referans Kwoze  

Ngomnyaka wamakhulu ayisithupha wokuphila kukaNowa, ngenyanga yesibili, ngosuku lweshumi nesikhombisa lwenyanga, ngalona lolo suku yonke imithombo kazamcolo omkhulu yagqashuka, namafasitele asezulwini avuleka.


Ngakho-ke uNkulunkulu ukunika amazolo ezulu namafutha omhlaba kanye nenala kakolweni newayini.


UNkulunkulu wathi: “Amanzi aphansi kwezulu mawaqoqekele ndawonye, kubonakale umhlabathi owomileyo.” kwaba njalo.


Ngakho-ke thokozani, bantwana baseSiyoni, nijabule kuJehova uNkulunkulu wenu, ngoba umisile izimvula zokuqala, futhi uyonehlisela imvula, imvula yokuqala nemvula yamuva ngenyanga yokuqala.


Ukhona yini phakathi kwezithixo eziyize zabezizwe onganisa imvula na? noma izulu linganisa imvula na? Akuwena, Jehova Nkulunkulu wethu? ngalokho siyakulindela wena, ngokuba nguwena owenza zonke lezi zinto.


U-Israyeli uyakuhlala eyedwa elondekile; umthombo kaJakobe uyakuba sezweni likakolweni nelewayini; nezulu lakhe liyakuwisa amazolo.


Lapho zingasekho ukujula, ngazalwa; lapho kwakungekho mithombo egcwele amanzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite