Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Uyigugu ngaphezu kwamarubi, nakho konke ongakufisa akunakukufanisa nabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Kuyigugu kunamarubi,* nakho konke ongakufisa akunakulinganiswa nakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Ukuhlakanipha kuyigugu kunamarubhi, nakho konke okunxanelekayo akunakuqhathaniswa nakho.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:15
10 Referans Kwoze  

Ngokuba ukuhlakanipha kungcono kunamarubi; futhi zonke izinto ezifiselekayo azinakuqhathaniswa nawo.


Amakhorali namaparele akunakukhulunywa ngawo, ngokuba intengo yokuhlakanipha ingaphezu kwamarubi.


Ngokuba ngithi izinhlupheko zalesi sikhathi azinakulinganiswa nenkazimulo ezakwambulwa kithi.


Ngubani ongathola umfazi oqotho? ngoba intengo yakhe idlula kakhulu amarubi.


Kukhona igolide namarubi amaningi, kepha izindebe zolwazi ziwumhlobiso oyigugu.


Ngoba umusa wakho ungcono kunokuphila, izindebe zami zizakudumisa.


Yamukelani ukulaywa kwami, hatshi isiliva; nolwazi kunegolide elihle.


Ukuhlakanipha kuhle kanye nefa, futhi ngalokho kunenzuzo kwababona ilanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite