Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 3:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngakho iziphala zakho ziyakugcwala ngokuchichimayo, nezikhamo zakho zewayini zichichime ngewayini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 izinqolobane zakho zigcwale ngobuningi, nezikhamo zakho zichichime ngewayini elisha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 ukuze izinqolobane zakho ziphuphume ngobuningi bomkhiqizo, nezikhamo zakho zichichime iwayini elisha.

Gade chapit la Kopi




IzAga 3:10
15 Referans Kwoze  

Ohawukela ompofu uboleka uJehova; lalokho amnike khona uzakumbuyisela khona.


UJehova uyakukubusisa engcebweni yakho nakukho konke obeka kukho isandla sakho; uyakukubusisa ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.


Oleso eligcweleyo uzabusiswa; ngoba upha abayanga isinkwa sakhe.


Izibuya ziyogcwala ukolweni, namanoni ayochichima iwayini namafutha.


Nalowo ophuzisa omunye walaba abancinyane inkezo yodwa yamanzi abandayo egameni lomfundi, ngiqinisile ngithi kini: Kasoze alahlekelwa ngumvuzo wakhe.


Imbewu isekhona yini esiphaleni na? yebo, umvini, nomkhiwane, nomhalananda, nomnqumo, akukatheli; kusukela namuhla ngizokubusisa.


Nakuyo yonke imisebenzi ayiqala enkonzweni yendlu kaNkulunkulu, nomthetho, nemiyalo yokufuna uNkulunkulu wakhe, wayenza ngenhliziyo yakhe yonke, waphumelela.


Ukuze iziphala zethu zigcwale futhi kunikezwe zonke izinhlobo zempahla, ukuze izimvu zethu ziveze izinkulungwane nezinkulungwane ezingamashumi emigwaqweni yethu.


UmLevi (ngokuba akanasabelo nafa nawe), nomfokazi nentandane nomfelokazi abasemasangweni akho, bayakuza, badle, basuthe; ukuze uJehova uNkulunkulu wakho akubusise emsebenzini wonke wesandla sakho owenzayo.


U-Azariya, umpristi omkhulu wendlu kaSadoki, wamphendula wathi: “Selokhu abantu beqala ukuletha imihlatshelo endlini kaJehova, sasutha, kwasala inala, ngokuba uJehova ubusise umhlambi wakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite