Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 29:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Amaqhawe afaka umuzi ogibeni, kepha abahlakaniphileyo babuyisa ulaka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Abantu abayizideleli bavusa umuzi, kepha abahlakaniphileyo babuyisa ulaka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Izedeleli ziyawushisa umuzi, kodwa abalungileyo bayaludambisa ulaka.

Gade chapit la Kopi




IzAga 29:8
19 Referans Kwoze  

Ngesibusiso sabaqotho umuzi uyaphakanyiswa, kodwa ngomlomo wababi uyachithwa.


Wayesethi uJehova kimi: “Noma oMose noSamuweli babemi phambi kwami, nokho imicabango yami yayingenakubhekisa kulaba bantu; zilahle ebusweni bami, ziphume.


Ulaka lwenkosi lunjengezithunywa zokufa, kodwa umuntu ohlakaniphileyo uyaluthulisa.


Ngafuna phakathi kwabo umuntu ongakha uthango, eme esikhaleni phambi kwami ngenxa yezwe, ukuze ngingalichithi; kodwa angitholanga lutho.


UPinehasi, indodana ka-Eleyazare, indodana ka-Aroni umpristi, wayinqanda intukuthelo yami kubantwana bakwa-Israyeli, eshisekela phakathi kwabo ngenxa yami, ukuze ngingabaqedi abantwana bakwa-Israyeli ngokushisekela kwami.


Wema phakathi kwabafileyo nabaphilayo; sanqamuka isifo.


Lapho ohlakaniphileyo ephikisana lesiwula, loba sithukuthele loba sihleka, kakukho ukuphumula.


Impendulo ethambileyo ibuyisa ulaka, kepha amazwi alimazayo avusa ulaka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite