Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 29:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Lapho ababi banda, iziphambeko ziyanda, kodwa abalungileyo bazakubona ukuwa kwabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ngokwanda kwababi kuyanda iziphambeko, kepha abalungileyo bayakubuka ukuwa kwabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Lapho zanda izikhohlakali, kwanda iziphambeko, kepha abalungileyo bayakubona ukuwa kwazo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 29:16
11 Referans Kwoze  

Iso lami liyobona ukunxanela izitha zami, nezindlebe zami ziyakuzwa ukunxanela ababi abangivukelayo.


Kuphela uyakubona ngamehlo akho, ubone umvuzo wababi.


Olungileyo uyakuthokoza lapho ebona impindiselo; uyogeza izinyawo zakhe egazini lababi.


Kodwa wafa, bheka, wayengasekho; yebo, ngamfuna, kodwa akatholakalanga.


Lindelani uJehova, nimgcine; uyakunivusa ukuba nidle ifa lezwe; lapho ababi benqunywa, uyakukubona.


Lapho olungileyo enegunya, abantu bayajabula; kepha lapho omubi ebusa, abantu bayalila.


Thokoza ngawo wena zulu, nani baphostoli abangcwele, nani baprofethi; ngoba uNkulunkulu ukuphindisele kulo.


Ngubani ongayikukwesaba, Nkosi, adumise igama lakho, na? ngokuba wena wedwa ungcwele, ngokuba zonke izizwe ziyakuza, zikhuleke phambi kwakho; ngoba izahlulelo zakho zibonakalisiwe.


Inhliziyo yakhe iqinile, akesabi, aze abone ukulangazelela kwakhe izitha zakhe.


Ngokuba bheka, izitha zakho, Jehova, ngokuba bheka, izitha zakho ziyakubhubha; bonke abenza okubi bayakuhlakazwa.


Abalungileyo babona ngokuhlakanipha indlu yababi, kodwa uNkulunkulu uyabachitha ababi ngenxa yobubi babo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite