Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 29:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Uma umbusi elalela amanga, zonke izinceku zakhe zibi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Uma umbusi elalela indaba yamanga, zonke izinceku zakhe zimbi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Uma umbusi elalela indaba yamanga, zonke izikhulu zakhe ziyakhohlakala.

Gade chapit la Kopi




IzAga 29:12
15 Referans Kwoze  

Inkosi ehlezi esihlalweni sokwahlulela ihlakaza bonke ububi ngamehlo ayo.


Umoya wasenyakatho uxosha imvula, kanjalo ubuso obuthukuthele buxosha ulimi olubi.


Njengeseluleko sezinsizwa wakhuluma kubo, wathi: “Ubaba walenza laba nzima ijoka lenu, mina-ke ngiyakwenezela ejokeni lenu; nobaba wanishaya ngeziswebhu, mina ngiyakunishaya ngawofezela.


Kepha abalalelanga, kepha uManase wabalinga ukuba benze okubi ngaphezu kwezizwe uJehova azichitha phambi kwabantwana bakwa-Israyeli.


Kepha yena nezinceku zakhe nabantu bezwe abawalalelanga amazwi kaJehova awakhuluma ngomprofethi uJeremiya.


Kwathi inkosi yakhe isizwile amazwi omkayo eyawakhuluma kuyo, yathi: “Yenze njalo kimi incekukazi yakho; ukuthi ulaka lwakhe lwavutha.


USawule wayala izinceku zakhe, wathi: “Khulumani kuDavide ngasese nithi: ‘Bheka, inkosi ithokozile ngawe, nezinceku zayo zonke ziyakuthanda; bese kuba umkhwenyana wenkosi manje.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite