Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 28:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Izikhulu zalo ziningi phezu kwesiphambeko sezwe, kepha ngomuntu onokuqonda nokwazi isimo salo siyakwandiswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngesiphambeko salo izwe linezikhulu eziningi, kepha ngabantu abaqondileyo nabanokwazi liyakuma.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Ngenxa yesiphambeko sezwe, linezikhulu eziningi, kepha ngomuntu onokuqonda nonolwazi liyakuma.

Gade chapit la Kopi




IzAga 28:2
14 Referans Kwoze  

Ngomnyaka wesithathu ka-Asa inkosi yakwaJuda uBhahesha wambulala, wabusa esikhundleni sakhe.


Ngakunika inkosi ngolaka lwami, ngayisusa ngolaka lwami.


Ngakho-ke, nkosi, makwamukeleke iseluleko sami kuwe, wephule izono zakho ngokwahlulela nobubi bakho ngokuhawukela abampofu; uma kungase kube ukunwetshwa kokuthula kwakho.


Labo abayakuba ngabakho bayakwakha amanxiwa amadala; uyakubizwa ngokuthi: Umlungisi wezikhala, umlungisi wezindlela zokuhlala.


Kwafunyanwa kuwo indoda empofu ehlakaniphileyo, yawusindisa umuzi ngokuhlakanipha kwayo; nokho akakho owamkhumbula lowo muntu ompofu.


UNadabi, indodana kaJerobowamu, waba yinkosi phezu kuka-Israyeli ngomnyaka wesibili ka-Asa inkosi yakwaJuda, wabusa phezu kuka-Israyeli iminyaka emibili.


Ngesibusiso sabaqotho umuzi uyaphakanyiswa, kodwa ngomlomo wababi uyachithwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite