Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 27:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ogcwele umphefumulo wenyanya ikhekheba lezinyosi; kodwa emphefumulweni olambileyo konke okubabayo kumnandi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Umphefumulo osuthiyo uyanengwa yizinyosi, kepha emphefumulweni olambileyo konke okubabayo kumnandi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Umphefumulo osuthi uyacikwa wuju, kodwa emphefumulweni olambileyo, ngisho okubabayo imbala, kumnandi.

Gade chapit la Kopi




IzAga 27:7
9 Referans Kwoze  

Abantu bakhuluma kabi ngoNkulunkulu nangoMose, bathi: “Nisikhuphuleleni eGibithe ukuba sifele ehlane na? ngokuba akukho sinkwa namanzi; umphefumulo wethu uyasenyanya lesi sinkwa esilula.


Kukhona umfana lapha onezinkwa zebhali eziyisihlanu nezinhlanzana ezimbili;


Izinto umphefumulo wami owale ukuzithinta zinjengenyama yami elusizi.


Ndodana yami, yidla izinyosi, ngokuba zilungile; namakhekheba oju amnandi emlonyeni wakho;


Athembekile amanxeba omngane; kepha ukwanga kwesitha kuyinkohliso.


Njengenyoni ezulazula esidlekeni sayo, unjalo umuntu oduka endaweni yakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite