Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 27:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngisho noma uhlahlela isiwula odakeni phakathi kukakolweni ngokuhlatshwa, ubuwula baso abuyikusuka kuso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Noma ugqula isiwula ngembokodwe etsheni lokusila phakathi komqhazulo, ubuwula baso abuyikusuka kuso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Noma ungasigqula esigqulweni isiwula, usisile ngembokodo etsheni, kepha ubuwula baso abuyukusuka kuso.

Gade chapit la Kopi




IzAga 27:22
14 Referans Kwoze  

Jehova, amehlo akho awagxilile eqinisweni na? Wabashaya, kepha abadabukanga; Wabaqeda, kepha bala ukujeziswa; benza ubuso babo baba lukhuni kunedwala; bala ukubuya.


Bangishaya, kodwa angizange ngigule; bangishaya, angizwanga; ngizovuka nini ngizophinde ngiyibheke.


Usalokhu ushaywa ngani? niyakudlubulunda ngokwandayo; lonke ikhanda liyagula, nenhliziyo yonke ibuthakathaka.


UFaro wavuka ebusuku, yena nazo zonke izinceku zakhe namaGibhithe onke; kwaba khona ukukhala okukhulu eGibithe; ngoba kwakungekho ndlu lapho okwakungekho ofileyo khona.


Kwasekubikwa enkosini yeGibhithe ukuthi abantu babalekile, lenhliziyo kaFaro leyenceku zakhe yabaphendukela abantu, bathi: Sikwenzeleni lokhu, ukuthi senze uIsrayeli ahambe asikhonze?


Isitha sathi: Ngiyakubaxosha, ngifice, ngahlukanise impango; ukunxanela kwami kuyakwaneliswa phezu kwabo; ngiyakuhosha inkemba yami, isandla sami sibachithe.


Njengenja ibuyela ebuhlanzweni bayo, isiwula sibuyela ebuwula baso.


UmKushe angasiguqula yini isikhumba sakhe, nengwe amabala ayo, na? khona-ke ningase nenze okuhle nina enijwayele ukwenza okubi.


Kwathi lapho kubikwa kuSawule, wathuma ezinye izithunywa, nazo zaprofetha ngokunjalo. USawule waphinda wathuma izithunywa ngokwesithathu, nazo zaprofetha.


Emva kwalokhu uJerobowamu akabuyanga endleleni yakhe embi, wabuye wenza abaphansi phakathi kwabantu babe ngabapristi basezindaweni eziphakemeyo;


Umqhele wabahlakaniphileyo uyinotho yabo, kepha ubuwula beziwula buwubuwula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite