Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 26:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Isiswebhu ngehhashi, netomu ngembongolo, nodondolo ngemhlane wesiwula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Isiswebhu singesehhashi, netomu lingelembongolo, noswazi lungolomhlane weziwula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Isiswebhu singesehhashi, netomu lingelembongolo, noswazi lungolomhlane weziwula.

Gade chapit la Kopi




IzAga 26:3
10 Referans Kwoze  

Ukuhlakanipha kutholakala ezindebeni zohlakaniphileyo, kepha uswazi ungowomhlane weziwula.


Nifunani? Ngize kini ngenduku, noma ngothando, nomoya wobumnene na?


Ningabi njengehhashi noma njengomnyuzi ongenangqondo; abamlomo wabo umelwe ukuboshwa ngokuluma namatomu, funa beze kuwe.


Ngalitshela ngaphambili, ngalitshela njengalokhu ngikhona okwesibili; nanxa ngingekho manje, ngibabhalela abonile ngaphambili nakubo bonke abanye, ukuthi, uma ngibuya, angiyikuyekelela;


futhi sikulungele ukujezisa konke ukungalaleli, lapho ukulalela kwenu sekugcwalisekile.


Ngisho noma uhlahlela isiwula odakeni phakathi kukakolweni ngokuhlatshwa, ubuwula baso abuyikusuka kuso.


Izahlulelo zilungiselwe izideleli, nemivimbo imiselwe imihlane yeziwula.


Shaya isideleli, abangenalwazi bayakuqaphela; ukhuze ohlakaniphileyo, uyakuqonda ukwazi.


Ukukhuzwa kuyeza kumuntu ohlakaniphileyo kunemivimbo eyikhulu koyisiwula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite