Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 26:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Lapho ekhuluma iqiniso, ungamkholwa, ngokuba kukhona izinengiso eziyisikhombisa enhliziyweni yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Lapho enza izwi lakhe libe mnandi, ungakholwa nguye, ngokuba kukhona izinengiso eziyisikhombisa enhliziyweni yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Lapho ekhuluma ngendlela emnene, ungakholwa, ngokuba kunezinengiso eziyisikhombisa enhliziyweni yakhe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 26:25
11 Referans Kwoze  

Ngokuba nabafowenu nendlu kayihlo bakhohlisile; yebo, babiza isixuku emva kwakho; ningabakholwa, noma bekhuluma amazwi amahle kini.


Ungangimukisi kanye nababi nabenza okubi, abakhuluma ukuthula kwabakhelwane babo, kepha kukhona okubi ezinhliziyweni zabo.


Khona uma umuntu ethi kini: Bhekani, nangu uKristu, noma: Nanguya; ningakholwa.


Bakhuluma okuyize, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe; ngezindebe ezithophayo, bakhuluma ngenhliziyo embaxa-mbili.


Ningathembi umngane, ningathembi umholi; mgcinele olala esifubeni sakho iminyango yomlomo wakho.


Ngokuba njengalokho ecabanga enhliziyweni yakhe, unjalo: “Yidlani, niphuze, uthi kini; kodwa inhliziyo yakhe kayikuwe.


Izindebe ezishisayo nenhliziyo embi kunjengodengezi lombumbi olumbozwe ngamabibi esiliva.


USawule wathi kuDavide: “Bheka, indodakazi yami endala uMerabi ngiyakukunika yona ibe ngumkakho; vele ube nesibindi ngami, ulwe izimpi zikaJehova. Ngokuba uSawule wathi: “Isandla sami masingabi phezu kwakhe, kepha isandla samaFilisti masimelane naye.”


oSanibhalati noGesemi bathumela kimi ukuthi: “Woza, sihlangane komunye wemizana yasethafeni lase-Ono.” Kodwa bacabanga ukungilimaza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite