Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 26:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Izindebe ezishisayo nenhliziyo embi kunjengodengezi lombumbi olumbozwe ngamabibi esiliva.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Izindebe ezishisayo nenhliziyo embi kunjengesitsha sebumba esinamekwe ngamanyela esiliva.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Njengesiliva okucakwe ngalo isitsha sobumba, zinjalo izindebe ezishelelayo nenhliziyo embi.

Gade chapit la Kopi




IzAga 26:23
10 Referans Kwoze  

INkosi yathi kuye: “Manje nina baFarisi nihlambulula ingaphandle lenkezo nojeke; kepha ingaphakathi lakho ligcwele ukuphanga nobubi.


Ofihla inzondo unezindebe zamanga, nohlebayo uyisiwula.


Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngokuba nifana namathuna acakiwe, abonakala emahle ngaphandle, kepha ngaphakathi agcwele amathambo abafileyo nokungcola konke.


Beza kuwe njengokuza kwabantu, bahlale phambi kwakho njengabantu bami, bezwe amazwi akho, kepha bangawenzi; ngoba ngomlomo wabo batshengisa uthando olukhulu, kodwa inhliziyo yabo ilandela ukuhaha kwabo.


Susa amanyela esiliva, kuphume isitsha somcwengisisi.


Lapho ekhuluma iqiniso, ungamkholwa, ngokuba kukhona izinengiso eziyisikhombisa enhliziyweni yakhe.


Ngokuba njengalokho ecabanga enhliziyweni yakhe, unjalo: “Yidlani, niphuze, uthi kini; kodwa inhliziyo yakhe kayikuwe.


Athembekile amanxeba omngane; kepha ukwanga kwesitha kuyinkohliso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite