Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 26:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Lapho kungekho zinkuni, khona umlilo uyafa; ngakho lapho kungekho mnyundeli, ukuxabana kuyaphela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Ngokuphela kwezinkuni umlilo uyacimeka, nalapho kungekho abancethezi, kuyabodla ukuxabana.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Ngaphandle kwezikhuni, umlilo uyacima, kanjalo lapho kungekho khona abahlebayo, ingxabano iyaphela.

Gade chapit la Kopi




IzAga 26:20
6 Referans Kwoze  

nolimi lungumlilo, izwe lokungalungi, lunjalo nolimi phakathi kwezitho zethu, lungcolisa umzimba wonke, luthungela inkambo yemvelo; futhi uthungelwa umlilo wesihogo.


Xosha isideleli, kuphume ukuxabana; yebo, ukuxabana nokuhlambalaza kuyophela.


Umuntu oyisiwula uhlanyela ukuxabana, lomhlebi wehlukanisa abangane.


Amazwi omhlebi anjengamanxeba, ehlela phakathi esiswini.


Kanjalo nolimi luyisitho esincane, kepha luyazidla kakhulu. Bhekani, umlilo omncane uvutha kangakanani!


Ungahlebi phakathi kwabantu bakini, ungamelani legazi lomakhelwane wakho; nginguJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite