Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 26:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Njengenja ibuyela ebuhlanzweni bayo, isiwula sibuyela ebuwula baso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Njengenja ebuyela ebuhlanzweni bayo, kanjalo isiwula siphinda ubuwula baso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Njengenja ebuyela ebuhlanzweni bayo, kanjalo isiwula siphinda ubuwula baso.

Gade chapit la Kopi




IzAga 26:11
7 Referans Kwoze  

Kodwa kubehlele kubo njengokwesaga esiqinisileyo esithi: Inja ibuyela emahlanzweni ayo; nengulube egeziweyo ekubhidlizeni odakeni.


Khona uyahamba uthabathe kanye nabanye omoya abayisikhombisa ababi kunaye, bangene bahlale khona; Kuyakuba njalo nakulesi sizukulwane esibi.


Kodwa uFaro esebonile ukuthi sekuphuzile, wayenza lukhuni inhliziyo yakhe, kabalalelanga; njengokutsho kweNkosi.


Bangishaya, kodwa angizange ngigule; bangishaya, angizwanga; ngizovuka nini ngizophinde ngiyibheke.


UNkulunkulu omkhulu owenza zonke izinto uyabavuza abayiziwula kanye nabaphambukayo.


Ngisho noma uhlahlela isiwula odakeni phakathi kukakolweni ngokuhlatshwa, ubuwula baso abuyikusuka kuso.


Ngokuba onke amatafula agcwele ubuhlanzo nokungcola, akukho ndawo ehlambulukileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite