Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 26:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Njengeqhwa ehlobo, njengemvula ngesikhathi sokuvuna, kanjalo udumo alufanele isiwula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Njengeqhwa ehlobo nemvula ngesikhathi sokuvuna, kanjalo udumo alufanele isiwula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Njengeqhwa ehlobo, nemvula ngesikhathi sokuvuna, kanjalo udumo alusifanele isiwula.

Gade chapit la Kopi




IzAga 26:1
16 Referans Kwoze  

Injabulo ayifanele isiwula; kakhulu kangakanani ukuba inceku abuse phezu kwezikhulu.


Isikhulu esiswele ukuqonda singumcindezeli omkhulu; kepha ozonda ukuhaha uyakwandisa izinsuku zakhe.


Ababi bagijima nxazonke, lapho abanamahloni kakhulu bephakeme.


Njengobophela itshe endwayimaneni, unjalo odumisa isiwula.


Inkulumo enhle kakhulu ayenzi isiwula, kakhulu kangakanani isikhulu sezindebe zamanga.


Kumholi wokuhlabelela, uMaskili, ihubo likaDavide, lapho uDowegi wakwa-Edomi efika, wamtshela uSawule, wathi kuye: “UDavide ufikile endlini ka-Ahimeleki. Ubuhle bukaNkulunkulu buyaqhubeka.


Odelelekile emehlweni akhe; kodwa uyabahlonipha abamesabayo uJehova. Ofungayo kokwakhe angaguquki.


UHathagi wafika wamtshela u-Esteri amazwi kaMoridekayi.


UHathaki wayesephumela kuMoridekayi esigcawini somuzi esasiphambi kwesango lenkosi.


Kepha uma kungenjalo, makuphume umlilo ku-Abimeleki, udle abaseShekemi nendlu yaseMilo; makuphume umlilo kubemi bakwaShekem nasendlini yeMilo, udle u-Abimeleki.


Lapho sebemtshela uJothamu, wahamba wema esiqongweni sentaba iGerizimu, waphakamisa izwi lakhe, wamemeza, wathi kubo: “Ngizweni nina bemi baseShekemi, ukuze uNkulunkulu anizwe.”


Isiswebhu ngehhashi, netomu ngembongolo, nodondolo ngemhlane wesiwula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite