Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 25:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Izulu ngokuphakama nomhlaba ngokujula, nenhliziyo yamakhosi ayinakulinganiswa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Njengezulu ngokuphakama nomhlaba ngokujula, injalo inhliziyo yomuntu ngokuphenywa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Njengalokhu amazulu ephakeme, nomhlaba ujulile, injalo nenhliziyo yamakhosi, ayiphenyisiseki.

Gade chapit la Kopi




IzAga 25:3
8 Referans Kwoze  

Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba, unjalo umusa wakhe kwabamesabayo.


UNkulunkulu wamnika uSolomoni ukuhlakanipha nokuqonda okuningi, nobubanzi benhliziyo, njengesihlabathi esisogwini lolwandle.


ukuze ukuvivinywa kokholo lwenu, okuligugu kakhulu kunegolide elibhubhayo, nakuba livivinywa ngomlilo, kufunyanwe kube yindumiso nodumo nenkazimulo ekubonakaleni kukaJesu Kristu;


nakuphakama, nakujula, nanto enye edaliweyo akuyikuba-namandla okusahlukanisa nothando lukaNkulunkulu olukuKristu Jesu iNkosi yethu.


Ngokuba njengamazulu ephakeme kunomhlaba, kanjalo izindlela zami ziphakeme kunezindlela zenu, nemicabango yami kunemicabango yenu.


Cela isibonakaliso kuJehova uNkulunkulu wakho; buza ekujuleni loba ekuphakameni phezulu.


Kuludumo lukaNkulunkulu ukufihla into, kodwa udumo lwamakhosi luwukuhlola indaba.


Susa amanyela esiliva, kuphume isitsha somcwengisisi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite