Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 25:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Lezi ziyizaga zikaSolomoni ezalotshwa ngamadoda kaHezekiya inkosi yakwaJuda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Nalezi ziyizaga zikaSolomoni ezaphindwa ngamadoda kaHezekiya inkosi yakwaJuda.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Nazi ezinye izaga zikaSolomoni ezaphinde zaqoshwa ngamadodana kaHezekiya, inkosi yakwaJuda.

Gade chapit la Kopi




IzAga 25:1
10 Referans Kwoze  

Amazwi kaSolomoni indodana kaDavide, inkosi yakwa-Israyeli;


Wakhuluma izaga eziyizinkulungwane ezintathu, izingoma zakhe zaziyinkulungwane nanhlanu.


Izwi likaJehova elafika kuMika waseMoreti ezinsukwini zikaJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda, alibona ngeSamariya neJerusalema.


Izwi likaJehova elafika kuHosheya indodana kaBeri emihleni ka-Uziya, noJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda, nasemihleni kaJerobowamu indodana kaJowashi, inkosi yakwa-Israyeli.


Yathuma u-Eliyakimi owayengamele indlu, noShebina, umbhali, namalunga abapristi, bembethe indwangu yamasaka, ku-Isaya umprofethi, indodana ka-Amose.


Khona-ke u-Eliyakimi indodana kaHilikiya, owayephethe indlu, noShebina unobhala noJowaki indodana ka-Asafa, umbusi, beza kuHezekiya nezingubo eziklebhukile, bamtshela amazwi kaRabishake.


Umbono ka-Isaya, indodana ka-Amose, awubonayo ngoJuda neJerusalema emihleni ka-Uziya, noJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda.


Futhi phezu kwalokho, ngenxa yokuthi umshumayeli wayehlakaniphile, waqhubeka efundisa abantu ulwazi; yebo, wacabangisisa, waphenya, walungisa amazwi amaningi.


Izaga zikaSolomoni. Indodana ehlakaniphileyo ijabulisa uyise, kepha indodana eyisiwula ingumthwalo kanina.


Ngakho-ke ubumpofu bakho buyofika njengomhambi; nokuswela kwakho njengomuntu ohlomile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite