Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 24:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngokuba ngeziluleko ezihlakaniphileyo uyakulwa impi yakho, futhi ngobuningi babeluleki kukhona ukuphepha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngokuba ngokucabanga ungaphaka impi yakho, nokusinda kumi ngobuningi babeluleki.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ngokucabanga okwephusile ungaphaka impi, nokunqoba kusebuningini babeluleki.

Gade chapit la Kopi




IzAga 24:6
9 Referans Kwoze  

Lapho kungekho ukululekana, abantu bayawa; kepha ngobuningi babeluleki kukhona ukuphepha.


Yonke inhloso inqunywa ngokululekana, nempi yenziwa ngeseluleko esihle.


Ngaphandle kokululekwa imigomo iyajabha, kepha iqiniswa ngobuningi babeluleki.


Noma iyiphi inkosi, ethi iyakulwa nenye inkosi, ingahlali phansi kuqala, ibuze ukuthi inamandla yini ngezinkulungwane eziyishumi ukuhlangabeza oza kuyo enezinkulungwane ezingamashumi amabili na?


Ngikulwile ukulwa okuhle, ngiliqedile ibanga lami, ngigcinile ukukholwa;


Wenza okubi emehlweni kaJehova njengendlu ka-Ahabi, ngokuba bona baba ngabacebisi bakhe emva kokufa kukayise waze wachithwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite