Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 24:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngokwazi amakamelo ayakugcwaliswa ngayo yonke inotho eyigugu nethandekayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Amakamelo agcwaliswa ngokwazi, ngayo yonke ingcebo enqabileyo nemnandi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Amakamelo agcwaliswa ngolwazi, nangayo yonke ingcebo enqabileyo neyigugu.

Gade chapit la Kopi




IzAga 24:4
16 Referans Kwoze  

Kukhona ingcebo efiselekayo namafutha endlini yohlakaniphileyo; kodwa umuntu oyisiwula uyakudla.


Endlini yolungileyo kukhona ingcebo eningi, kepha enzuzweni yababi kukhona ukuhlupheka.


Kukhona igolide namarubi amaningi, kepha izindebe zolwazi ziwumhlobiso oyigugu.


Ukuze abangithandayo ngibenzele ifa lokuhle; ngigcwalise ingcebo yabo.


Wayesethi kubo: “Ngakho wonke umbhali ofundisiwe embusweni wezulu ufana nomuntu umninindlu okhipha engcebweni yakhe izinto ezintsha nezindala.


Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli nabantwana bakwaLevi bayakuletha umnikelo kakolweni, owewayini, nowamafutha emakamelweni, lapho izitsha zendlu engcwele, nabapristi abakhonzayo, nabalindisango, nabahlabeleli, futhi ngeke siyishiye indlu kaNkulunkulu wethu.


Umuntu ohlakaniphileyo unamandla; yebo, umuntu onolwazi uyandisa amandla.


Usika imifula phakathi kwamadwala; futhi iso lakhe libona zonke izinto eziyigugu.


Ingcebo nodumo kukimi; yebo, ingcebo ehlala njalo nokulunga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite