Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 24:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Ubuthongo obuncinyane, ukozela kancane, ukugoqa izandla kancane ukuthi ngilale.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 ubuthongo obuncane, ukozela okuncane, ukusonga izandla kancane kuze kulalwe,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 ngokozela kancane, nokuthatha isihlwathi, usonge izandla kuze kuyolalwa,

Gade chapit la Kopi




IzAga 24:33
11 Referans Kwoze  

Nalokho nisazi isikhathi ukuthi sekuyihora lokuvuka ebuthongweni;


Ngakho uthi: Vuka wena oleleyo, uvuke kwabafileyo, uKristu uzakukukhanyisa.


Ubuvila bubangela ubuthongo obukhulu; nomphefumulo ovilaphayo uyalamba.


Ungathandi ubuthongo, funa ube mpofu; vula amehlo akho, uzasutha yisinkwa.


Ngabona, ngacabangisisa; Ngayibona futhi ngathola iziyalezo.


Ngakho-ke ubumpofu bakho buyofika njengomhambi; nokuswela kwakho njengomuntu ohlomile.


Isiwula sisonga izandla zaso futhi sidle inyama yaso.


Owephuzayo emsebenzini wakhe ungumfowabo womchithi omkhulu.


Njengoba umnyango uphenduka ezintini zawo, kanjalo ivila liphendula embhedeni walo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite