Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 24:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kodwa kulabo abamsolayo kuzakuba lenjabulo, lesibusiso esihle sizakuba phezu kwabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kwabamthethisayo kuyakuba mnandi, kufike phezu kwabo isibusiso esihle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Kwabamthethisayo kuyokuba mnandi, kwehlele phezu kwabo isibusiso esihle.

Gade chapit la Kopi




IzAga 24:25
16 Referans Kwoze  

Abonayo ubasole phambi kwabo bonke, ukuze labanye besabe.


Okhuza umuntu kamuva uyakufumana umusa kunomuntu othophayo ngolimi.


Khuluma lezizinto, uyale, ukhuze ngawo wonke amandla. Makungabikho muntu okudelelayo.


Lobu bufakazi buqinisile. Ngakho-ke ubakhuze kabukhali, ukuze baphile ekukholweni;


Ngokuba uJohane wathi kuye: “Awuvunyelwe ukuba ube naye.


Enye yamadodana kaJehoyada indodana ka-Eliyashibi, umpristi omkhulu, yayingumkhwenyana kaSanibhalati umHoroni; ngalokho ngamxosha kimi.


Ngase ngilwa nabo, ngabaqalekisa, ngabashaya abanye, ngabahluthula izinwele, ngabafungisa uNkulunkulu, ngathi: ‘Aniyikuwanika amadodana abo amadodakazi enu, ningathatheli amadodana enu namadodakazi abo.


Ngase ngiphikisana nezikhulu zakwaJuda, ngathi kubo: “Kuyini lokhu okubi enikwenzayo, nilona usuku lwesabatha na?


Ngokuba ngimtshelile ukuthi ngiyakwahlulela indlu yakhe kuze kube phakade ngenxa yobubi abaziyo; ngoba amadodana akhe ayebaklolodela, kodwa kabavimbanga.


Ungamzondi umfowenu enhliziyweni yakho; womkhuza noma kanjani umakhelwane wakho, ungathwali sono kuye.


Shumayela izwi; phuthuma ngenkathi, ingekho inkathi; sola, ukhuze, uyale ngakho konke ukubekezela nokufundisa.


Yilowo nalowo uyakwanga izindebe zakhe ophendula kahle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite