Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 24:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ndodana yami, yesaba uJehova nenkosi, ungagxambukeli kwabaguqukileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ndodana yami, yesaba uJehova nenkosi, ungahlangani nabahlubukayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Ndodana yami, mesabe uSimakade nenkosi, ungazihlanganisi nabamelana nabo,

Gade chapit la Kopi




IzAga 24:21
16 Referans Kwoze  

Bakhumbuze ukuba bathobele izikhulu namandla, balalele izinduna, balungele yonke imisebenzi emihle;


Kwathi wonke uIsrayeli ebona ukuthi inkosi kayibalalelanga, abantu baphendula inkosi, bathi: Silesabelo sini kuDavida? futhi asinafa endodaneni kaJese; Ematendeni akho, Israyeli, bheka manje endlini yakho, Davide! u-Israyeli waya ematendeni abo.


Bathi kuye: KaKesari. Wayesethi kubo: “Ngakho-ke nikani uKesari okukaKesari; nakuNkulunkulu okukaNkulunkulu.


U-Israyeli wawubona umsebenzi omkhulu uJehova awenza kwabaseGibhithe; abantu base bemesaba uJehova, bakholwa nguJehova nenceku yakhe uMose.


Wathi kubantu bakhe: “UJehova makangivimbe ukuba ngenze le nto enkosini yami, ogcotshiweyo kaJehova, ngelulele isandla sami kuye, lokhu engogcotshiweyo kaJehova.”


Ngokuba impi yahlakazeka ezweni lonke, nehlathi ladla abantu abaningi ngalolo suku kunabadliwa yinkemba.


Bonke abamenyiweyo ababe no-Adoniya besaba, basukuma, bahamba, kwaba yilowo nalowo ngendlela yakhe.


Omubi ufuna ukuhlubuka kuphela; ngakho-ke kuyothunyelwa isithunywa esinonya kuye.


Inhliziyo yakho mayingabi nomhawu ngezoni, kepha mawube sekumesabeni uJehova usuku lonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite