Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 24:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ungakhathazeki ngabantu ababi, ungabi lomhawu ngababi;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ungazikhathazi ngabenza okubi, ungabi namhawu ngamashinga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Ungazikhathazi ngabenza okubi, ungabi namhawu ngezikhohlakali.

Gade chapit la Kopi




IzAga 24:19
14 Referans Kwoze  

Ungabi lomhawu ngabantu ababi, ungafisi ukuhlala labo.


Inhliziyo yakho mayingabi nomhawu ngezoni, kepha mawube sekumesabeni uJehova usuku lonke.


Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha umngane weziwula uyabhubha.


Sukani kimi nina benzi bokubi, ngokuba ngiyakugcina imiyalo kaNkulunkulu wami.


Ihubo likaDavide. Ungakhathazeki ngababi, ungabahawukeli abenza okubi.


Ngokuba ngaba nomhawu ngeziwula lapho ngibona ukuchuma kwababi.


Ubusisiwe umuntu ongahambi ngeziluleko zababi, ongemi endleleni yezoni, ongahlali esihlalweni sobukhosi sabaklolodayo.


Futhi ningabi nenhlanganyelo nemisebenzi yobumnyama engatheli, kodwa kunalokho niyisole.


Wakhuluma ebandleni, wathi: “Sukani ematendeni alaba bantu ababi, ningathinti lutho lwabo, funa nibhubhe ezonweni zabo zonke.”


Ngase ngizwa elinye izwi livela ezulwini, lithi: “Phumani kuyo, bantu bami, ukuze ningahlanganyeli ezonweni zayo, nokuze ningamukeli okwezinhlupho zayo.


Ngalokho phumani phakathi kwabo, nahlukane nabo, isho iNkosi, ningathinti okungcolileyo; futhi ngizokwamukela,


UJehova makangakuboni, kungabi ngentando yakhe, asuse intukuthelo yakhe kuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite