Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 24:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kuyakuba njalo ukwazi ukuhlakanipha emphefumulweni wakho; uma ukutholile, kuyakuba khona umvuzo, nethemba lakho aliyikunqunywa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Yazi ukuthi kunjalo ukuhlakanipha emphefumulweni wakho; uma ukutholile, kuyakuba khona isikhathi esizayo, nethemba lakho aliyikunqunywa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Yazi ukuthi kunjalo ukuhlakanipha emphefumulweni wakho; uma ukutholile, likhona ikusasa, nethemba lakho aliyukushabalala.

Gade chapit la Kopi




IzAga 24:14
12 Referans Kwoze  

Ngokuba kukhona isiphetho impela; nethemba lakho aliyikunqunywa.


Lapho ukuhlakanipha kungena enhliziyweni yakho, nolwazi luthokozisa umphefumulo wakho;


Kepha obheka emthethweni opheleleyo wenkululeko, aqhubeke kuwo, engesiye ozwayo okhohlwayo, kodwa umenzi womsebenzi, lowo uyakuba-busisiwe ekwenzeni kwakhe.


Amazwi akho afunyanwa, ngawadla; izwi lakho laba yintokozo kimi nentokozo yenhliziyo yami, ngokuba igama lakho labizwa phezu kwami, Jehova Nkulunkulu Sebawoti.


Amnandi kangakanani amazwi akho emlonyeni wami! yebo, imnandi kunezinyosi emlonyeni wami.


Ngokuba kuhle uma uwagcina phakathi kwakho; zizolingana nezindebe zakho.


Ngidle ifa lobufakazi bakho kuze kube phakade, ngokuba kungukuthokoza kwenhliziyo yami.


UJesu wathi kuye: “Uma uthanda ukuphelela, hamba uthengise ngalokho onakho, uphe abampofu, khona uzakuba negugu ezulwini; uze ungilandele.


Amazwi amnandi anjengekhekheba lezinyosi, amnandi emphefumulweni, ayimpiliso emathanjeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite