Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 24:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Uma nidebeselela ukusindisa abasondelelwa ekufeni, nabalungele ukubulawa;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Bophule abayiswa ekufeni; abakhubekiselwa ekubulaweni ubagodle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Bahlenge abayiswa ekufeni, ubambe abantengantenga beyobulawa.

Gade chapit la Kopi




IzAga 24:11
13 Referans Kwoze  

Sindisa ompofu nompofu, ubakhulule esandleni sababi.


Ngaphula imihlathi yomubi, ngaklebhula impango emazinyweni akhe.


Kwathi sekuqubuka ukuphikisana okukhulu, induna yenkulungwane yesaba ukuthi uPawuli ungahle adwetshulwe yibo, yalaya amabutho ukuthi ehle, amthathe phakathi kwabo, amngenise enqabeni.


Khona wonke amaGreki ambamba uSostene induna yesinagoge, amshaya phambi kwesihlalo sokwahlulela. Kepha uGaliyu akabanga nandaba nalutho lwalezo zinto.


Ngilusizi futhi ngilungele ukufa kwasebusheni bami; lapho ngibekezelela ukwesabeka kwakho, ngiyaphazamiseka.


Kepha uPawulu wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Ungazilimazi, ngokuba sikhona sonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite