Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 23:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngokuba njengalokho ecabanga enhliziyweni yakhe, unjalo: “Yidlani, niphuze, uthi kini; kodwa inhliziyo yakhe kayikuwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 ngokuba unjengozicabangelayo; uthi kuwe: “Yidla uphuze,” kepha inhliziyo yakhe ayikho kuwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 ngokuba ungozicabangelayo, athi kuwe: “Yidla uphuze,” kepha inhliziyo yakhe ayikho kuwe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 23:7
12 Referans Kwoze  

Bakhuluma okuyize, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe; ngezindebe ezithophayo, bakhuluma ngenhliziyo embaxa-mbili.


Amazwi omlomo wakhe abushelelezi kunebhotela, kepha inhliziyo yakhe yayilwa; amazwi akhe ayethambile kunamafutha, nokho ayeyizinkemba ezihoshiwe.


Wathi kuye: “Ungasho kanjani ukuthi: ‘Ngiyakuthanda, uma inhliziyo yakho ingekimi na?’ Udlale ngami kathathu, awungitshelanga ukuthi akuphi amandla akho amakhulu.


Isifiso somuntu singumusa wakhe, kepha ompofu ungcono kunomuntu onamanga.


Kwathi ekubona lokho umFarisi owayembizile, wakhuluma phakathi kwakhe, wathi: “Lona, ukuba ubengumprofethi, ngabe uyazi ukuthi ungubani nokuthi unjani owesifazane omthintayo, ngokuba uyisoni.


Futhi izinhliziyo zalawa makhosi omabili ziyoba ukwenza okubi, futhi bayokhuluma amanga etafuleni elilodwa; kodwa ngeke kube nempumelelo, ngoba nokho ukuphela kuyoba ngesikhathi esimisiwe.


Ozondayo unengwa ngezindebe zakhe, uceba inkohliso enhliziyweni yakhe;


Lapho ekhuluma iqiniso, ungamkholwa, ngokuba kukhona izinengiso eziyisikhombisa enhliziyweni yakhe.


Izindebe ezishisayo nenhliziyo embi kunjengodengezi lombumbi olumbozwe ngamabibi esiliva.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite