Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 23:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Uyise wolungileyo uyojabula kakhulu, nozala umntwana ohlakaniphile uyojabula ngaye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Uyise wolungileyo uyakwethaba nokwethaba, nozala ohlakaniphileyo uyathokoza ngaye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Uyise wohlakaniphileyo uyethaba nokwethaba, nozala ohlakaniphileyo uyathokoza ngaye.

Gade chapit la Kopi




IzAga 23:24
11 Referans Kwoze  

Izaga zikaSolomoni. Indodana ehlakaniphileyo ijabulisa uyise, kepha indodana eyisiwula ingumthwalo kanina.


Indodana ehlakaniphileyo ijabulisa uyise, kepha umuntu oyisiwula uyadelela unina.


Othanda ukuhlakanipha uthokozisa uyise; kepha ohamba nezifebe uchitha impahla yakhe.


Yebo, mzalwane, mangijabule ngawe eNkosini; uvuselele izinhliziyo zami eNkosini.


Nokho ngenxa yothando kungcono ngikuncenge, mina enginjengoPawulu ixhegu, namanje futhi ngiyisiboshwa sikaKristu Jesu.


Ngubani owaziyo ukuthi uyakuba-hlakaniphile noma isiwula na? nokho uyakubusa phezu kwawo wonke umshikashika wami engiwushikashikashikayo nengihlakaniphe ngawo phansi kwelanga. Nalokhu kuyize.


Ungambheki njengomsulwa manje, ngokuba wena uyindoda ehlakaniphileyo, futhi uyakwazi okufanele ukwenze kuye; kodwa ikhanda lakhe elitshekile likwenza wehlele ethuneni negazi.


Yayisithi futhi inkosi: “Makabongwe uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli onginike namuhla umuntu ukuba ahlale esihlalweni sami sobukhosi, amehlo ami ekubona.”


Ndodana yami, hlakanipha, wenze inhliziyo yami ijabule, ukuze ngiphendule ongithukayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite