Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 23:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngokuba isidakwa nesiminzi bayakuba-mpofu, ukozela kuyokwembathisa umuntu amanikiniki.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngokuba inseli noyisiminzi bayakuba mpofu; ukozela kuyakwembathisa umuntu amanikiniki.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 ngokuba inkolotshe nesiminzi bagcina bempofu, ukozela kubenze bagqoke amanikiniki.

Gade chapit la Kopi




IzAga 23:21
14 Referans Kwoze  

Othanda injabulo uyakuba mpofu; othanda iwayini namafutha akayikuceba.


abakuphela kwabo kungukubhujiswa, abaNkulunkulu wabo uyisisu sabo, nodumo lwabo lusehlazweni labo, abanaka izinto zasemhlabeni.


umhawu, ukubulala, ukudakwa, ukuxokozela, nokunye okunjalo, enginitshela ngakho ngaphambili, njengalokho ngasho kini ngaphambili, ukuthi abenza okunjalo abayikulidla ifa lombuso kaNkulunkulu.


Kodwa khathesi-ke ngilibhalela ukuthi lingahlangani loba ngubani othiwa ungumzalwane eyisifebe, kumbe isihwaba, kumbe okhonza izithombe, kumbe isithuki, kumbe isidakwa, kumbe umphangi; onjalo lingadli.


Ubuvila bubangela ubuthongo obukhulu; nomphefumulo ovilaphayo uyalamba.


Kumelwe bathi emadodeni amadala omuzi wakubo: ‘Le ndodana yethu inenkani futhi idlubulunda, ayifuni ukulalela izwi lethu; uyisiminzi nesidakwa.


Namasela, nabahahayo, nazidakwa, nazithuki, nabaphangi abayikulidla ifa lombuso kaNkulunkulu.


Vukani nina zidakwa, nikhale; futhi nikhalele nina nonke eniphuza iwayini ngewayini elisha; ngoba liqunyiwe emlonyeni wenu.


INdodana yomuntu yafika idla, iphuza, bathi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni. Kodwa ukuhlakanipha kulungisiswa kubantwana bakho.


Owephuzayo emsebenzini wakhe ungumfowabo womchithi omkhulu.


Ngobuvila obuningi isakhiwo siyabhubha; ngobuvila bezandla indlu iyawa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite