Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 23:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ungagodli umntwana, ngokuba uma umshaya ngenduku, akayikufa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Ungayeki ukumlaya umntwana, ngokuba uma umshaya ngoswazi akayikufa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Ungayeki ukumyala umntwana, ngokuba uma umshaya ngoswazi akayukufa.

Gade chapit la Kopi




IzAga 23:13
7 Referans Kwoze  

Oyeka uswazi uzonda indodana yakhe; kodwa omthandayo umlaya ngesikhathi.


Lungisa indodana yakho, iyakukuphumuza; yebo, uyakuthokozisa umphefumulo wakho.


Uswazi lokusola kuyanika ukuhlakanipha, kodwa umntwana osele yedwa uhlazisa unina.


Yala indodana yakho kusenethemba, ungahawukeli umphefumulo wakho ngokukhala kwayo.


Uma nibekezelela ukulaywa, uNkulunkulu uniphatha njengamadodana; ngoba yiyiphi indodana uyise angayilayayo?


Nika inhliziyo yakho ekulayweni, nezindlebe zakho emazwini okwazi.


Ubuwula buboshiwe enhliziyweni yomntwana; kepha induku yokujezisa iyoyidedisela kude naye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite