Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 23:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Nika inhliziyo yakho ekulayweni, nezindlebe zakho emazwini okwazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Beka inhliziyo yakho ekulayweni, nezindlebe zakho emazwini okwazi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Beka inhliziyo yakho ekuyalweni, nezindlebe zakho emazwini olwazi.

Gade chapit la Kopi




IzAga 23:12
9 Referans Kwoze  

Wayesethi kubo: “Ngakho wonke umbhali ofundisiwe embusweni wezulu ufana nomuntu umninindlu okhipha engcebweni yakhe izinto ezintsha nezindala.


Beza kuwe njengokuza kwabantu, bahlale phambi kwakho njengabantu bami, bezwe amazwi akho, kepha bangawenzi; ngoba ngomlomo wabo batshengisa uthando olukhulu, kodwa inhliziyo yabo ilandela ukuhaha kwabo.


Lalela, ndodana yami, uhlakaniphe, uqondise inhliziyo yakho endleleni.


Beka indlebe yakho uzwe amazwi abahlakaniphileyo, uqondise inhliziyo yakho ekwazini kwami.


Ngokuba umsindisi wabo unamandla; uyakumela indaba yawo nawe.


Ungagodli umntwana, ngokuba uma umshaya ngenduku, akayikufa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite