Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 23:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngokuba umsindisi wabo unamandla; uyakumela indaba yawo nawe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 ngokuba umhlengi wazo unamandla; uyakumela indaba yazo kuwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 ngokuba umhlengi wazo unamandla; uyakuyimela indaba yazo.

Gade chapit la Kopi




IzAga 23:11
9 Referans Kwoze  

Ngokuba uJehova uyakuyilwela indaba yabo, achithe umphefumulo wabaphangayo.


Ngokuba ngiyazi ukuthi uMsindisi wami uyaphila, nokuthi ekupheleni kwezinsuku uyakuma emhlabeni.


Ngalokho usho kanje uJehova, uthi: “Bheka, ngiyakulwela indaba yakho, ngikuphindisele; ngiyomisa izilwandle zalo, ngomise nemithombo yalo.


Ngenxa yokucindezelwa kwabampofu, ngenxa yokububula kwabampofu, ngiyakuvuka manje,” usho uJehova; ngizambeka ekuphepheni komqhuqhayo.


Uqalekisiwe ophendukezela isahlulelo somfokazi, nentandane, nomfelokazi. Futhi bonke abantu kumelwe bathi: Amen!


Nika inhliziyo yakho ekulayweni, nezindlebe zakho emazwini okwazi.


UNkulunkulu uhlalisa ababodwa emindenini, akhiphe ababoshwe ngamaketanga, kepha abahlubukayo bahlala ezweni elomileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite