Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 22:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ameva nezingibe kusendleleni yababi; ogcina umphefumulo wakhe ukude nakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ameva nezingibe kusendleleni yabaphambeneyo, kepha ogcina umphefumulo wakhe uyakudedela kude nakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ameva nezingibe kusendleleni yabaphambukileyo, kodwa ogcina umphefumulo wakhe uhambela kude nakho.

Gade chapit la Kopi




IzAga 22:5
15 Referans Kwoze  

Indlela yevila injengothango lwameva, kepha indlela yabalungileyo isobala.


Siyazi ukuthi yilowo nalowo ozelwe nguNkulunkulu akoni; kepha ozelwe nguNkulunkulu uyazigcina, omubi akamthinti.


Umendo wabaqotho ungukudeda ebubini; ogcina indlela yakhe ugcina umphefumulo wakhe.


Ogcina umyalo ugcina umphefumulo wakhe; kepha odelela izindlela zakhe uyakufa.


Ukuqonda okuhle kunikeza umusa, kepha indlela yabaphambukayo ilukhuni.


Ngoba yena uphonswa enetheni yizinyawo zakhe, futhi uhamba ogibeni.


Olinda umlomo wakhe ulonda ukuphila kwakhe; kepha ovula kakhulu izindebe zakhe uyakuba nembubhiso.


Ohlala endaweni yokucasha yoPhezukonke uyakuhlala emthunzini kaSomandla.


Unisa phezu kwababi izihibe, umlilo, nesibabule, nesiphepho esinamandla; lokhu kuyakuba yisabelo sendebe yabo.


Yazini impela ukuthi uJehova uNkulunkulu wenu akasayikuxosha nesisodwa salezi zizwe phambi kwenu; kodwa ziyakuba yizihibe nezihibe kini, neziswebhu ezinhlangothini zenu nameva emehlweni enu, nize nibhubhe kuleli zwe elihle uJehova uNkulunkulu wenu aninike lona.


Ngokuthobeka nokumesaba uJehova kuyingcebo nodumo nokuphila.


Esiphambekweni somubi kukhona ugibe, kepha abalungileyo bayathokoza, bajabule.


Indlela yababi injengobumnyama; abazi ukuthi bakhubeka ngani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite