Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzAga 22:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Umuntu ohlakaniphileyo uyabona ububi, acashe, kepha abangenalwazi bayaqhubeka, bajeziswe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Qqondileyo uyabona ububi, acashe, kepha abangenalwazi badlula nje, bahlupheke ngakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Ohlakaniphileyo uyayibona ingozi, acashe, kodwa abangenalwazi bayaphikelela, bajeziswe.

Gade chapit la Kopi




IzAga 22:3
14 Referans Kwoze  

Umuntu ohlakaniphileyo ubona okubi, akufihle; kodwa abangenalwazi baya phambili futhi bayajeziswa.


Umuntu ohlakaniphileyo uyesaba, abaleke ebubini, kepha isiwula siyafutheka, sinesibindi.


Ovame ukwenza lukhuni intamo yakhe ngokusolwa uyachithwa ngokuzumayo, kungabikho ukuphulukiswa.


Ngokukholwa uNowa, exwayisiwe nguNkulunkulu ngezinto ebezingakabonwa, ngokwesaba wakha umkhumbi wokusindisa indlu yakhe; ngalo walahla umhlaba, waba yindlalifa yokulunga okungokukholwa.


Bheka, phakathi kwabangenalwazi ngabona phakathi kwabasha insizwa engenangqondo.


ukuze, ngezinto ezimbili ezingaphendukiyo, okungekwenzeki ukuthi uNkulunkulu aqambe amanga ngazo, sibe lenduduzo elamandla thina esibalekeleyo ukuze sibambe ithemba elibekwe phambi kwethu;


Koze kube nini nina zithutha nithanda ubuwula? nezideleli zijabulela ukuklolodela, neziwula zizonda ukwazi?


Ngokuthobeka nokumesaba uJehova kuyingcebo nodumo nokuphila.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite